Share

Kuzomele senyuse amasokisi - Ukapteni

Cape Town - IKaizer Chiefs ayiqalanga kahle kule sizini ngendlela ebifisa ngayo njengoba kwenzeka ngeyedlule.

USiphiwe Tshabalala utshele iSport24 ukuthi bayazi ukuthi abaqalanga kahle kule sizini.

Kodwa noma kunjalo uShabba ukholelwa ukuthi iqembu abanalo lingakwazi ukuphendula amatafula, liqale ngokuthatha isicoco seMTN8.

"Asiqalanga kahle kule sizini," kusho uTshabalala.

Funda nalolu daba: Angazi nokuthi ngithini - Umgadli omusha

"Asikenzi neze kahle kwiligi, nakuba sikowandulela owamanqamu eMTN8.”

Amakhosi abengakashaywa kule sizini, njengoba esanqobe umdlalo owodwa badlala ngokulingana kwemibili kweyeligi, baphinde banqoba owodwa badlala ngokulingana kowodwa kwiMTN8.  

"Kuzomele sikhuphule amasokisi uma sifuna iqembu libalwe kanye naphezulu, senze lokho ngokuthi sinqobe imidlalo,” kusho uShabba.

IChiefs izobhekana neBloemfontein Celtic emlenzeni wesibili weMTN8 eFNB Stadium ngo-20:15.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 720 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 341 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE