Share

Kuzosisebenzela ukungabikho kukaKhune - Klate

Cape Town - Inkakha ye-Orlando Pirates uDaine Klate usetshele iSiya crew ukuthi ukungabikho kukanozinti weKaizer Chiefs u-Itumeleng Khune kowamanqamu eMTN8 kuzoyisebenzela iBhakabhaka.

Lo mdlali oneminyaka engu-25 ubudala uthe iBhakhaniya lizokusebenzisa ukuthi akekho uKhune uma sebebhekene neChiefs eMoses Mabhida.

“UKhune ungumdlali obalulekile kuChiefs futhi nginesiqiniseko sokuthi njengoba engekho bazobe begcwele ukwesaba. Ngifisa ukuthi ozovimba abenetwetwe,” kusho uKlate.

Funda nalulo daba: 'Uzobe enetwetwe ozovala isikhala sikaKhune.'

“Lona umdlalo womkhaya baseSoweto futhi owamanqamu, ngakho sifuna ukugadla sigladlile noma ngabe kuzovimba bani,” usho kanje.

‘Nakuba kunjalo, sizodlala ngendlela ebesivele sizodlala ngayo ngisho kuthiwa ubekhona uKhune, akukho esizokushintsha.’




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 510 votes
No! It's time to move on ...
34% - 268 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.80
-0.0%
Rand - Euro
20.42
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
930.00
+0.5%
Palladium
993.00
+0.3%
Gold
2,334.45
+0.1%
Silver
27.49
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE