Share

Lisengcupheni ikusasa lika-OJ kwi-Aces

Johannesburg – Lisengcupheni ikusasa lomdlali weMpumalanga Black Aces uMbulelo Mabizela kulandela ukungaziphathi kahle nokuholele ekutheni amiswe ekuqaleni kwale nyanga.

Lo mdlali oneminyaka engu-34 ubudalawamiswa yi-Aces ngemuva kokuba akhombisa indelelo kumqeqeshi waleli qembu uClive Barker nozakwabo adlala nabo ngesikhathi bezilolonga.

Ngokubika kwe-SoccerLaduma lo mdlali wakhombisa le ndelelo ngemuva kokuba enganikezwanga ithuba lokuthi adlale ngesikhathi iqembu lakhe lidlala ne-Ajax Cape Town koweTelkom Knockout.

OLUNYE UDABA: Ngeke abonakale u-OJ koweDikwena

Maningi amathuba okuthi leli qembu limkhulule kwinkontileka yakhe njengoba kubikwa ukuthi akakhombisi ukuzisola ngesenzo sakhe.

UMabizela uyaziwa ngokungaziphathi kahle emaqenjini ahlukene njengoba nangesikhathi edlala phesheya kwezilwandle yabuyiswa wukungaziphathi kahle.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 716 votes
No! It's time to move on ...
33% - 356 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+0.1%
Rand - Pound
23.78
+0.1%
Rand - Euro
20.39
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
929.30
+0.4%
Palladium
990.00
-0.1%
Gold
2,346.58
+0.6%
Silver
27.71
+1.0%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,018
+0.9%
All Share
74,927
+0.8%
Resource 10
62,838
+1.2%
Industrial 25
103,621
+1.1%
Financial 15
15,820
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE