Share

Meyiwa yoooo My Number One

Cape Town -  Meyiwa yooo My Number One, bebesho kanjalo abathandi bebhola abasemaqenjini ahlukahlukene, ngesikhathi kuqhubeka inkonzo yesikhumbuso sikaSenzo Meyiwa.

Kushintshe umoya esikhumbuzweni sale nkonzo ebanjelwe eStandard Bank Arena, ngesikhathi kungena umngani kaSenzo Meyiwa uMthokozisi Twala ezokhuluma ngempilo yalo mdlali osekobandayo.

Abantu abahambele le nkonzo bashaye ingoma ngemuva kokukhuluma kukaTwala obesehluleka ukuzibamba izinyembezi.

UTwala uchaze ukusuka nokuhlala kwempilo kaMeyiwa yebhola, waphinde wachaza nangempilo yakhe yangasese, wabala ukuthi ushiye emhlabeni abazali bakhe , abafowabo nodadewano, wagcina ngonkosikazi wakhe uMandisa Mkhize nabantwaba babo abathathu abahlanganisa naloyo amzala noKelly Khumalo.

Funda nalolu daba: Akukaboshwa muntu kwelikaMeyiwa

Inkonzo yomngcwabo iyaqhubeka.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 884 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE