UMike Tyson uthi wadlwengulwa eseyingane yindoda angaphindanga wayibona ngemuva kwesehlakalo.
Ekhuluma
ohlelweni lomsakazo, uthe: “Wangibamba ngenkani ngizihambela emgwaqeni,
wayemdala kakhulu kunami, wangidlwengula.”
Funda nalolu daba: Ngiyathanda ukuba yisitabane - isikhulu.
UMike – oseshadelwa kwaze kwaba kathathu futhi onezingane eziyisithupha – wakwazi ukubaleka wangatshela muntu ngesehlakalo.
Uthe: ''Ngaziqhubekela nempilo yami. Angazi noma lesi sehlakalo
sangishintsha noma cha.”
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.