Share

Ngeke ilibone elidlalayo iSundowns - Sikhakhane

Johannesburg - Ibamba likamqeqeshi we-Chippa United uRoger Sikhakhane ukholelwa ukuthi indlela abazodlala ngayo izokwenza iSundawns ingaliboni elidlalayo kowe-Absa Premiership namhlanje ebusuku.

USikhakhane – osenqobe imidlalo emithathu ilandelana ekulesi sikhundla – uthi abadlali bakhe bazophinde bakhombise ukuthi bangashaya noma yiliphi iqembu.

IChippa, eshaye i-Orlando Pirates yalandela ngoSuthu, igcwele ukuzethemba ngaphambi komdlalo wanamhlanje ozobaseNelson Mandela Bay Stadium.

Funa nalolu daba: UMatlaba welule inkontileka yakhe neBucs.

 “ISundowns iyiqembu elikhulu kodwa sibalungele. Uma nje abadlali bami bengalandela umyalelo wethu, nakanjani sizophumelela,” kusho uSikhakhane kuKickOff.com.

IDowns, esendaweni yesihlanu kulogi, izobe ifuna ukunqoba kanti futhi inethemba lokuthi iKaizer Chiefs esesicongweni izolahla amaphuzu uma isibhekene neMoroka Swallows eFNB Stadium.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 391 votes
No! It's time to move on ...
35% - 214 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.78
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
916.60
+0.5%
Palladium
981.50
-2.3%
Gold
2,333.98
+0.8%
Silver
27.37
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,363
-0.3%
All Share
74,263
-0.3%
Resource 10
62,166
+2.9%
Industrial 25
102,220
-1.7%
Financial 15
15,816
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE