Share

'Ngeke sakungabaza ukuthi uKhune uyinkunzi'

Johannesburg - Umgadli weKaizer Chiefs, uBernard Parker, usekhulume wancoma u-Itumeleng Khune wamchaza "njengonozinti ohamba phambili", njengoba eqina amahlebezi okuthi uKhune uzobuyela eNaturena.

Esithangamini sabezindaba eNaturena Village ngoLwesithathu, u'Hond' utshele iSiya crew ukuthi bayamdinga uKhune nabanye abadlali ukuqinisa iqembu.

UKhune, Mandla Masango noTefu Mashamaite bashiya iqembu ngemuva kokufinyelela kwangqingetshe kwezingxoxo.

OLUNYE UDABA: UKhune uyaziphendulela ngamahlebezi angaye

UParker unanele ngokuthi sekwenzekile konke, uKhune usengunozinti ohamba phambili kuleli kanti bangathanda ukuthi abuyele eqenjini.

"Sengidlale isikhathi eside noKhune kanti ngingasho nje ukuthi ngimazi kangcono. Usahamba phambili ezwenikazi i-Afrika.

"UMasango noMasha nabo bangadlala indima ebalulekile uma bengase babuyele kumaGlamour Boys," kuphetha lo mgadli weBafana Bafana.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 424 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 900 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE