Share

Ngeke sivalwe isikhala sikaMkhwanazi - Mashaba

Johannesburg – Umqeqeshi weBafana Bafana uShakes Mashaba useveze ukuthi akekho ozovala isikhala sesiqongqwane sasemuva seBidvest Wits uBuhle Mkhwanazi.

Ngokubika kwe-SoccerLaduma uMashaba ukubeke kwacaca ukuthi akekho umdlali asazomubiza ukuzovala isikhala salo mdlali.

IBafana Bafana kulindeleke ukuba ibhekane neSudan neNigeria emdlalweni yokuhlunga ye-2015 AFCON.  

Umbiko uveza ukuthi uMkhwanazi uphinde wahlolwa yithimba lodokotela beSafa abakuqinisekisile ukuthi nebala ulimele.

UMkhwanazi walimala ngesikhathi ezakhe zidlala umlenze wesibili we-MTN ne-Orlando Pirates.

“Odokotela bethu sebemhlolile uBuhle basitshela ukuthi usalimele.

"Ngeshwa okwamanje ngeke sisakwazi ukwenza izingunquko kuzomele sisebenze ngabadlali esesibaqokile  ukuya eSudan,” kusho uMashaba enanela ngokuthi isikhathi sesibadlulile ukuthi basengaletha omunye umdlali kwazise konke okuphathelene nokuhamba kwabadlali sekulungisiwe.

“Bakhona abadlali esengibabonile uma sesibuya eSudan sesibheke umdlalo wethu neNigeria engingase ngibheke kubona,” kusho uMashaba.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

   - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 725 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 344 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE