Share

Ngeke siyenzele izinto zibelula iChiefs - OweDowns

Pretoria – Umdlali weMamelodi Sundowns uRamahlwe Mphahlele uthe uk ukholelwa wukuthi iqembu lakhe linohlelo lokwenza izinto zibe nzima kwiKaizer Chiefs kule mpelasonto njengoba bezimisele ukubuya namaphuzu aphelele.

IDowns izobhekana neChiefs emdlaweni we-Absa Premiership e-FNB Stadium  eGoli ngoMqgqibelo.

Ngokubika kwe-Soccer Laduma amaBrazilians azimisele ukuba yiqembu lokuqala ukuguqisa Amakhosi kulesi sizini emidlalweni yeligi.

IChiefs isanqobe imidlalo engu-9 kweyishumi njengoba yadlala ngokulingana neMoroka Swallows kule sizini.

UMphahlele uthe iChiefs ayikayinqobi iligi kuze kube idlala yonke imidlalo yayo engu-20 esele.  

OLUNYE UDABA:IDowns ibambe imoya ngesimo sikaPelembe

“Angiboni ukuthi iChiefs sizoyinika ithuba siyenzele izinto zibe lulo, lokho ngeke kwenzeke. Badlalela amaphuzu amathathu okuyinto nathi esiyidlalelayo.

Akekho ozokwenzela omunye kube lula,” echaza.

Uqhube waxwayisa ngokuthi abantu bangajahi ukuthi lo mdlali yiwona uzocacisa ngeqembu elizonqoba isicoco seligi.

“Iseminingi imidlalo esazodlalwa ngakho ngeke sisho ukuthi lo mdlalo uzoba wumkhombandlela weligi,” kucacisa lo mdlali odlala emuva kuleli qembu eliqeqeshwa nguPitso Mosimane. 

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What do you think of the DA's controversial TV ad depicting a burning South African flag?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Effective - they hit the nail on the head
0% - 0 votes
Tone-deaf - they crossed the lined
0% - 0 votes
Vote
Rand - Dollar
18.43
+0.2%
Rand - Pound
23.08
+0.2%
Rand - Euro
19.85
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.17
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
997.50
+1.3%
Palladium
980.75
+1.0%
Gold
2,364.92
+0.9%
Silver
28.20
-0.4%
Brent Crude
83.88
+0.4%
Top 40
72,181
+1.2%
All Share
78,464
+1.2%
Resource 10
63,450
+2.5%
Industrial 25
108,579
+0.4%
Financial 15
16,955
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE