Share

'Ngigculisekile kodwa kudlalwe ngamathuba amaningi'

Cape Town - Umqeqeshi weBloemfontein Celtic u-Ernst Middendorp uthi bekuzoba sengathi ubebukele umdlalo wombhoxo ukuba amathuba abesetsheniswa ngendlela ngesikhathi iqembu lakhe lithela ngehlazo lika-5-1 iPolokwane City ngeSonto.

"Bekungomunye umdlalo lowana,” kusho lo mqeqeshi waseGerman.

"Sishaye amagoli amahlanu, kanti futhi maningi amathuba abetholwa yiwona womabili amaqembu, ukube nje asetshenzisiwe umdlalo ubungaphela okungenani ngo-10-5."

Funda nalolu daba: Usedlala eNdiya owayeseqenjini lePirates.

Ngaphezulu kwakho konke, uMiddendorp ugculisekile ngendlela iqembu lakhe elidlale ngayo njengoba ethi bebesakhungethwe yishobolo nje emidlalweni edlule.

"Ngokuvamile sidlala ibhola elihle kodwa sigcine ngokuhlulwa,” usho kanje.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1166 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1242 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.6%
Rand - Pound
23.90
+0.2%
Rand - Euro
20.47
+0.4%
Rand - Aus dollar
12.46
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.8%
Platinum
917.40
+0.6%
Palladium
1,010.00
+0.5%
Gold
2,326.25
+0.5%
Silver
27.41
+0.9%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,776
+0.3%
All Share
74,686
+0.2%
Resource 10
62,136
+2.8%
Industrial 25
103,175
-0.8%
Financial 15
15,857
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE