Share

'Ngigculisekile ngeBafana Bafana'

Johannesburg – Ukukhishwa kweBafana Bafana emqhudelwaneni we-Africa Cup of Nations akumele kusidumaze kakhulu kodwa kumele kube yithuba lokubhekisisa okungahambanga kahle, kusho uNgqongqoshe wezemidlalo uFikile Mbalula ngoLwesibili.

"Kuningi esikubonile kulo mqhudelwano we-Afcon,” usho kanje esitatimendeni.

"Njenganoma yiluphi uhambo, umuntu uyazuza noma alahlekelwe, kumele sibhekisise okungahambanga ngendlela.”

INingizimu Afrika iphume kabuhlungu kowe-Africa Cup of Nations ngemuva kokushaywa yiGhana eMongomo ngoLwesibili ebusuku, kubika iSport24.

Funda nalolu daba: IPirates izimisele ngokuvikela isicoco.

UMbalula uthe iBafana ifunde lukhulu kulo mqhudelwano waphinde wathi, “Ukunqoba i-Afcon bekungekho nakancane emiqondweni yethu.”

Uphinde wathi ukuqokwa kukaMashaba njengomqeqeshi weqembu lesizwe kwaba yisinqumo esihle kunazo zonke ezake zenziwa yiSA Football Association (SAFA).

UMbalulu uthe ugculisekile ngendlela iqembu lesizwe elidlale ngayo waphinde wathi isizwe kumele sibekezele, sigxeke ngendlela eyakhayo futhi siqhubeke nokweseka iqembu.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 482 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1067 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE