Share

Ngisengabuyela kwiReal Madrid - Jose Mourinho

London – Umqeqeshi weChelsea uJose Mourinho obalwa nabanye abaqeqeshi abahamba phambili emhlabeni uthe usengabuyela kwiReal Madrid kodwa ngeke aphinde amaphutha afanayo.  

Ngokumbiko we-SoccerLaduma lo mqeqeshi odabuka ePortugal ubuyele kwiChelsea ngesizini edlule ngemuva kokuchitha iminyaka emithathu kwiMadrid.

Kuthiwa ukubeke kwacaca ukuthi walifeza iphupho lakhe ngesikhathi eqeqesha eSpain.

“Yebo ngingaphindela noma kanjani.

OLUNYE UDABA:  UJose Mourinho uthukuthele

Kwaba yithuba elihle kakhulu kimina njengendoda futhi njengomqeqeshi yingakho ngingeke ngicabange kabili uma ngase elinye ithuba liziveza,” kusho lo mqeqeshi ekhuluma kwi-ITV.


“Uma umqeqeshi engase azisole njengoba nami ngike ngenze angiboni ukuthi angawaphinda amaphutha afanayo.

Ngeke ngibuyele nje kwiMadrid kuphela kodwa kuwowonke amaqembu engike ngawaqeqesh,” kusho lo mqeqeshi.  

“Okunye okungihabulisayo wukunqoba ama-Championships emazweni amathathu eNgilandi, iseSpain nase-Italy .

Lokhu kimina kubaluleke kakhulu,” esho.

Ukugcizelele futhi ukuthi akazisoli ngesinqumo sokushiya iMadrid ngoba wahamba enobudlelwano obuhle noMengameli wayo nezinye izikhulu zayo neqembu lonkana.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 481 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1058 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE