Share

Ngiyazi uMashaba uyangeseka - Middendorp

Johannesburg - Umqeqeshi weBloemfontein Celtic u-Ernst Middendorp uthi ufuna bakhumelane umlotha benomqeqeshi weBafana Bafana uShakes Mashaba.

“Asibona abangani abakhulu nomqeqeshi futhi lokho akusiyo imfihlo,” kusho uMiddendorp ngemuva kokuthi iCeltic iguqiswe yi-Ajax Cape Town, eKapa, ngoLwesithathu ebusuku.

UMiddendorp wacasula i-SA Football Association ngesikhathi enqaba ukukhulula omunye wabadlali beCeltic, uTshepo Chaine, koweSouth Africa Under-20 – eyayiqeqeshwa nguMashaba ngaleso sikhathi.

OLUNYE UDABA: UMashaba wenze izinguquko kwelizodlala neNigeria

Ngaleso sikhathi iCeltic yathi incamela ukuthi uChaine abe yingxenye yezinhlelo zikamqeqeshi njengoba kulungiselelwa ukuqala kwesizini, kunokuthi amele iNingizimu Afrika.

"UMashaba uholele i-Under 20 koweYouth Championships neBafana kowe-African Cup of Nations. Ungumqeqeshi onohlonze ngakho kumele simeseke,” kusho uMiddendorp.

 “Akekho umuntu onelungelo lokushaya uMashaba indiva, kumele simeseke ngokupheleleyo ukuze umsebenzi awenze ngendlela.”

UMiddendorp uthi akanawo nomncane ungabazane ukuthi uMashaba uyameseka.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 432 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 618 votes
Vote
Rand - Dollar
18.96
-0.1%
Rand - Pound
23.92
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
+1.3%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE