Share

Ngyamncanywa uSenzo - Mashaba

Cape Town - Ngemuva komzuzu omuncu kukhulunywa ngokudlula emhlabeni kukanozinti weBafana Bafana, kungene umqeqeshi weqembu lesizwe uShakes Mashaba, wanyakazisa abalandeli bakaSenzo.

Umashaba uthe akakuze kube mungcu la bekukhona khona uSenzo, wathi abashaye amavuvuzela bacule nengoma evamise ukuculwa uma kudlala iqembu lesizwe.

"Le nale, iBafana iyaphumelela," kucula uMashaba nabalandeli bakaSenzo ngaphambi lokuthi uMashaba ajule ngenkulumo yakhe.

Funda nalolu daba: Meyiwa yooo My number one

UMashaba ukhulume wachaza ngokuzinikela kukaMeyiwa nangendlela abeshintsha ngayo isimo uma kuyodlalwa, nabethanda ngayo ukukhuluma.

"Ubeke angibize athi, weCoach, ngiphendule ngithi weMdlali, athi akudliwe siqede siyosebenza. Ubesho lokhu abanye bambuke kabi bethu ufuna ngiyobafukuzisa," kukhuluma uMashaba okhumbule izinsuku ekudlule ngazo emhlabeni uSenzo, nabanye bezemidlalo ebekuyisikhumbuzo sabo kuyo le nkonzo, uMbulaeni Mulaudzi noPhindile Mwelase. 

UMulaudzi ubengumsubhathi kanit ushone ngoLwesihlanu engozini yemoto, uMwelase ubengumshayi wesibhakela, washona ngemuva kokuquleka.

UMashaba uthe imindeni elahlekelwa ayingabe isabuza okuningi, wathi ayifike emakhaya ifunde incwadi ka-Izaya41:10, iduduzeke.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 767 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 813 votes
Vote
Rand - Dollar
19.14
-0.1%
Rand - Pound
23.78
+0.1%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.45
-0.4%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
926.70
+0.7%
Palladium
1,025.00
-0.1%
Gold
2,318.68
-0.1%
Silver
27.23
-0.3%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,545
+0.7%
All Share
74,509
+0.7%
Resource 10
60,002
+0.7%
Industrial 25
104,002
+1.2%
Financial 15
15,913
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE