Share

Okumele kwenziwe yiBafana

Johannesburg - IBafana Bafana izobhekana neGhana ngoLwesibili emdlalweni okumele nakanjani iwunqobe – thola izinto okumele zenziwe yiqembu likaShakes Mashaba ukuze lidlulele kowomkhumulajezi.

IBafana izodlala umdlalo wayo wokugcina kuGroup C neBlack Stars, kuthi i-Algeria yona ibhekane neSenegal. Imidlalo izoqala ngo-20:00 (ngokwesikhathi salapha ekhaya).

Ngemuva kwemidlalo emibili – iBafana yashaywa yi-Algeria, yadlala ngokulingana neSenegal – okusho ukuthi uma inganqoba izoqeda inamaphuzu amane.

ISenegal njengamanje inamaphuzu amane, ngakho uma ishaya i-Algeria izoba namaphuzu angu-7.

Funda nalolu daba: Sizomangaza abantu abaningi - Mashaba.

Lokho kuzoshiya i-Algeria namaphuzu amathathu. Ngaphansi kwalezo zizathu, uma iBafana ishaya iGhana, izonyukela endaweni yesibili, idlulele kowomkhumulajeze.

Kodwa ke uma i-Algeria neSenegal bedlala ngokulingana iSenegal izoqeda inamaphuzu amahlanu, i- Algeria namane, iBafana ngeke idlulele phambili ngenxa yokuthi yona yehlulwa yi-Algeria, kubika iKickOff.com.

Uma, ngakolunye uhlangothi i-Algeria ishaya iSenegal, iBafana kuzomele ishiye iSenegal ngamagoli amathathu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 354 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 487 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.45
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
904.58
+0.9%
Palladium
1,012.82
+1.1%
Gold
2,219.05
+1.1%
Silver
24.81
+0.7%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE