Share

OwayekwiBafana uqashwe yiqembu lakwaMpisane

Durban – OwayeyisiSekela lomqeqeshi weBafana Bafana uKhabo Zondo usejoyine iqembu leziqumama zaseThekwini zakwaMpisane iRoyal Eagles njengoMqondisi wethimba labaqeqeshi.  

Ngokubika kwe-SoccerLaduma uZondo oneminyaka engu-52 ubudala uke waqeqesha iqembu lesizwe labangaphansi kweminyaka engu-20 ubudala Amajita eminyakeni eyedlule.  

Leli qembu lisathole amaphuzu amathathu nje kuphela emidlalweni emine.

OLUNYE UDABA: Bethula iqembu lebhola abakwaMpisane

IGeneral Manager yaleli qembu uRichard Makhoba ukuqinisekisile ukuthi leli qembu seliqashe uZondo.

“Sesiqashe uZondo ukuba aguqule izinto eqenjini nesimo esibhekene naso.

Asimqashele ukuthi athathe umsebenzi wabantu ngoba akekho esizomxosha.

Ukuba nomuntu onesipiliyoni sikaZondo eqenjini kuzosisiza kakhulu,” kusho uMakhoba.

Leli qembu selilahlekelwe ngabantu okubalwa kubo uDavid Bright noMlungisi ‘Professor’ Ngubane.  


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 298 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 299 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.2%
Rand - Pound
23.82
-0.5%
Rand - Euro
20.52
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
911.70
-2.1%
Palladium
996.00
-1.9%
Gold
2,305.86
-0.9%
Silver
26.94
-0.9%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,845
+0.5%
All Share
73,781
+0.3%
Resource 10
59,344
-2.6%
Industrial 25
102,646
+1.6%
Financial 15
15,819
+1.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE