Johannesburg - Umgadli weMpumalanga Black Aces uTendai Ndoro uzobe efuna ukujulukisa abadlali basemuva be-Orlando Pirates emdlalweni wasebusuku ozobe useMbombela Stadium.
Funda nalolu daba: 'Silwela ukugudluza iChiefs esicongweni.'
Kodwa lo mdlali waseZimbabwe noma engakwazanga ukujioyina iPirates, umile kwelokuthi akadingi ukuzakhela igama njengoba afaka amagoli abangu-7 emidlalweni engu-17 ku-Aces ngesizini edlule.
"Yebo, kuningi okwakukhulunywa mayelana nokujoyina iPirates kodwa angikakulungeli," kusho uNdoro kuKickOff.com.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.