Share

Owe-Arrows ukhaliswe yizigidi ngomdlali waMaZulu

Durban – Umqeqeshi omusha weLamontville Golden Arrows uSerame Letsoaka udalule ukuthi ubezimisele ngokusayina isiqongqwane sasemuva saMaZulu uMarc van Heerden ngaphambi kokuthi ezwe ngokubiza kwalo mdlali.

UVan  Heerden osanda kubizelwa eqenjini leBafana Bafana ukhombise ukukhula okuyisimanga ebholeni alidlalayo ngesizini edlule kodwa wahluleka ukusiza Usuthu luvike izembe.

Ngemuva kokuba AmaZulu egawulwe yizembe kusabalale amahlebezi ahlukene mayelana nekusasa likaVan Heerden nakuba leli qembu lizwakalise ukuthi lizimisele ukumgcina.

OLUNYE UDABA:IChiefs iqinisekise eyomhlangano kaBobby noKhune

“Sizamile ukukhuluma noVan Heerden njengoba ngimazi kusukela kudala ngezikhathi ngisaqeqesha iqembu lakuleli lika-Under-17,” kusho uLetsoaka oke waqeqesha nelika-Under-20. 

“Ngikhulumile naye mayelana nekusasa lakhe kodwa wangitshela ukuthi AmaZulu afuna u-R4million ngaye.

Ngimtshelile ukuthi le mali inkulu kakhulu engakhokhelwa umdlali wasemuva,” kuchaza lo mqeqeshi ngukubika kweKickOff

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 396 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 558 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE