Share

OweChiefs ukhumbule abangasekho

Johannesburg – Ukaputeni omusha weKaizer Chiefs uSiphiwe Tshabalala uvumile ukuthi bayabakhumbula abadlali abasanda kushiya kuleli qembu u-Itumeleng Khune, Tefu Mahsamaite noMandla Masango. 

Laba badlali bobathathu bashiya leli qembu ngemuva kokungavumelani ngokuvuselelwa kwezinkontileka zabo kuleli qembu. 

UShabba obesondelene kakhulu noKhune noMasha usanda kuqokelwa esikhundleni sokuba ukaputeni weqembu  ngesizini ka-2015/16. 

Lo kaputeni uveze ukuthi angathanda laba badlali babuyele kwiChiefs. 

“Siyabakhumbula laba abanye abadlali abangasekho nathi eqenjini.

OLUNYE UDABA:'Ngeke sakungabaza ukuthi uKhune uyinkunzi'

Besengidlale noKhune iminyaka eyisithupha kanti besisondelene kakhulu.

Ngifunde lukhulu kubona kanti bengithandaba baqhubeke nokudlalela leli qembu,” esho. 

“Bonke bangabadlali abasezingeni kanti kungakuhle uma singabuye sibe nabo eqenjini.

Sibakhumbule bonke ngokudlala kwabo, sisalinde ukuzwa ukuthi kuzokwenzakalani kubona.

Uma kwenzeka begcina bengabuyanga  ngibafisela inhlanhla lapho bezoya khona,” kuphetha lo mdlali ngokubika kweSoccerLaduma.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 500 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 708 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.86
+0.2%
Rand - Euro
20.36
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent-ruolie
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE