Share

OweDowns uthi abadlali basemuva kuleli 'banojamu'

Johannesburg – Umdlali weMamelodi Sundowns uKudakwashe Mahachi uthi ukholelwa ukuthi kuzoba lula ukusheshe ajwayele ukudlala kwiPSL ngenxa yokuthi abadlali basemuva kuleli ‘banojamu’.  

Lo mdlali odabuka eZimbabweujoyise amaBrazilian ekuqaleni kwesizini kodwa kusenzima kuyena ukuthola ijezi ngaphansi komqeqeshi uPitso Mosimane. 

Lo mdlali oneminyake ngu-21 ubudala uveze ukuthi maduze uzobe eselithola njalo ijezi kuleli qembu.

“Lena yisizini yami yokuqala kwi-PSL, kusadingeka ukuthi ngijwayela bese ngisebenza kanzima,”  kusho uMahachi etshela i-KickOff.  

OLUNYE UDABA: OweDowns udumele bedlala ngokulingana

“Ngeke kube nzima ukuthi ngijwayele ngoba sengibabonile abadlali basemuva bakuleli abakwazi ukugijima.

Akufani naseZimbabwe lapho kudlalwa khona ibhola elisheshayo. EZimbabwe abadlali basemuva bayashesha futhi bayakhehlelana kanti lana eMzansi bayacophelela kakhulu,” echaza.

Kungenzeka lo mdlali abonakale emdlalweni weDowns neFree State Stars ngoMgqibelo kowe-Absa Premiership.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 535 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 759 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.2%
Rand - Pound
23.84
+0.3%
Rand - Euro
20.38
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE