Share

OweSSU ukhale ngonompempe ezakhe zibambana neZinyoni

Johannesburg – Umqeqeshi weSuperSport United uGordon Igesund ugxeke isinqumo sikanompempe sokungalinikezi iqembu lakhe iphenathi ngesikhathi lidlala neMoroka Swallows ngoMgqibelo kusihlwa.

 AMatsatsantsa akwazile ukushaya igoli lokulinganisa kwamosheka izinhlelo zeZinyoni zokubuya namaphuzu aphelele kulo mdlalo. .

Kulo mdlalo ezika-Igesund zibhakuzise inethi ngomzuzu owengeziwe ngegoli lekhanda likaClyaton Daniels. 

U-Igesund ukhale ngesinqumo sikanompempe sokungalinikezi iqembu lakhe iphenathi ngomzuzu ka-88 ngesikhathi uThuso Phala edlaliswa kabi ebhokisini leSwallows. 

Lo mqeqeshi uthe ushaqekile ukuthi unompempe akabonanga umdlali wakhe edlaliswa kabi ebhokisini.

“Udlaliswe kabi umdlali wami bekufanele kube yiphenathi.

OLUNYE UDABA: AwePSL agaqele ongahanjelwa kahle izinto phesheya

Wonke umuntu onamehlo ukubonile lokhu,” kusho lo mqeqeshi ngokubika kweKickOff

“Ngikhulume noCraig Rosslee naye uthe ubonile lapho ebehleli khona…

Angikuqondi ukuthi kungani unompempe engabonanga ekubeni ebeseduze kwalapho kwenzeke khona nomsizi wakhe akabonanga futhi,” esho ngokudumala.

Nakuba ebedumele ngesinqumo sikanompempe u-Igesund uncome ukudlala kahle kweSwallows njengoba ilwela ukuzinza kwi-PSL.

“Kumele ngincome ukulwa kweSwallows ngiyazi akulula kula maqembu alwela ukuvika izembe. Bebedlala ngokuzimisela futhi beqinile kakhulu kunathi.” 

Lo mdlalo uphele la maqembu ebambe ngegoli elilodwa macala onke.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 194 votes
No! It's time to move on ...
36% - 109 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+1.2%
Rand - Pound
23.75
+0.9%
Rand - Euro
20.36
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.3%
Platinum
914.70
+0.3%
Palladium
1,006.00
+0.1%
Gold
2,325.56
+0.4%
Silver
27.36
+0.7%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,507
-0.1%
All Share
74,460
-0.1%
Resource 10
61,629
+2.0%
Industrial 25
103,005
-1.0%
Financial 15
15,847
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE