Share

Owodumo lokuxoshwa usethelekile kwiFF Stars

Johannesburg - Kubikwa ukuthi usefikile eBethlehem ukuzoqala umsebenzi wokuqeqesha iFree State Stars umqeqeshi wodumo u-Ernst Middendorp, ngokuthola kweKickOff

Lo mqeqeshi odabuka eGerman ungene ezicathulweni zikaKinnah Phiri, okhonjwe indlela ngemuva kokuhlulwa imidlalo emithathu yeiligi ilandelana, utheleke namhlanje ngoLwesibili ntambama ukuzoqala umsebenzi wakhe naleli qembu ngokusho komthombo. 

OLUNYE UDABA: ElePSL lithi alinayo ingcindezi yokusayina owodumo lweChiefs

"Ufike emahoreni ambalwa adlule kanti usakhonjiswa izindawo ezahlukene kulona leli qembu.

Uzokhonjiswa endlini yeqembu nalapho liqeqeshela khona, kanti kulindeleke ukuthi aqale ukulolonga iqembu kusasa (ngoLwesithathu)," kusho umthombo. 
 
UMiddendorp ungomunye wabaqeqeshi abadume ngokuxoshwa emaqenjini ePSL njengoba eseke wakhonjwa indlela emqenjini okubalwa kuwo iKaizer Chiefs, Bloemfontein Celtic, Maritzburg United neChippa United.  

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 545 votes
No! It's time to move on ...
34% - 286 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.1%
Rand - Pound
23.81
-0.0%
Rand - Euro
20.40
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.43
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
931.40
+0.6%
Palladium
995.00
+0.5%
Gold
2,335.66
+0.1%
Silver
27.58
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE