Share

Sekuqinisekisiwe: UDladla useyishiyile iChiefs

Johannesburg – UJosta Dladla usekuqinisekisile ukuthi uyashiya kwiKaizer Chiefs ngemuva kokuhluleka ukufinyelela esivumelwaneni senkontileka entsha naleli qembu njengoba esazimisele nokuqhubeka nokudlala ibhola.

Lo mdlali oneminyaka engu-35 ubudala usechithe iminyaka eyisithupha nengxeny eNaturena kanti manje usekhulekile ukuthi angasayina nanoma yiliphi iqembu elimfunayo njengoba engasenayo inkontileka naMakhosi.

Ngokubika kweKickOff kwisitatimende esikhishwe yilo mdlali uthe:

OLUNYE UDABA: Kulindeleke ukuthi iChiefs icacise ngekusasa labadlali

“Ngiqine ngokwenele futhi bengizilolonga ngokweqile ngizizwa ngisakulungele ukudlala ngidlulisele isipiliyoni sami kwabanye abadlali abasebancane.

Izinyawo zami zisakulungele ukugijima.

Ngichithe iminyaka eminingi kwiChiefs kanti ngizizwa ngihloniphekile ngokudlalela leli qembu elikhulu futhi elihlonishwayo eNingizimu Afrika.”

“Ngibonga uSihlalo weqembu nabalandeli ngokungeseka anginike khona kule minyaka eyedlule kanti manje sekuyisikhathi sokuthi ngiqhubekele phambili.”

         - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 537 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 764 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.2%
Rand - Pound
23.82
+0.3%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE