Share

Siwulahle thina umdlalo - Mashaba

Johannebsurg - Ngemuva kokushaywa yiGhana ngo-2-1, umqeqeshi weBafana Bafana uShakes Mashaba, uthi iqembu lakhe kudingeka lifunde ukubambelela kwelinakho.

IBafana ihambe phambili okwesithathathu kulo mqhudelwano kodwa yehluleka futhi ukuwina kanti umqeqeshi ukhokhelwa ukuthi iqembu lakhe lihlale kakhulu emuva ngesikhathi lidliwa yiBlack Stars, kubika iSocerLaduma.

Funda nalolu daba: 'Ngigculisekile ngeBafana Bafana."

"Ngicabanga ukuthi siwulahle thina umdlalo,” kusho uMashaba ngemuva komdlalo.

"Ngemuva kokuba sifake isigoli ngesiwombe sokuqala, besiwuphethe umdlalo, yingakho bengazange bakwazi ukwenza lutho, inkinga iqale ngesiwombe sesibili, bonke abadlali bethu bebehleli emuva.”

"Ngicabang ukuthi kuzomele sibuyele emuva, sifunde ukuthi kumele senzeni, nini nokuthi kephi,” usho kanje.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 402 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 846 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.4%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.5%
Platinum
942.20
-0.9%
Palladium
1,019.50
-1.0%
Gold
2,393.49
+0.6%
Silver
28.71
+1.7%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE