Share

Sizogadla ngazo zonke - Vermezovic

Cape Town - Umqeqeshi we-Orlando Pirates uVladimir Vermezovic uthi iqembu lakhe lizogadla ngazo zonke uma selibhekene neKaizer Chiefs koweMTN8 ngoMgqibelo.

AmaBhakabhaka, azobe edlala emdlalweni wesihlanu wamanqanu kulandelana, azobhekana nabafana basePhefeni eMoses Mabhida Stadium eThwkini kanti lo mqeqeshi waseSerbia uthi iqembu lakhe ngeke lidembesele nakancane kulo mdlalo.

Funda olunye udaba: IPirates izilungiselela owamanqamu.

“Kwesinye isikhathi siyawina, kwesinye siyahlulwa noma sidlale ngokulingana kodwa ezikaMagebhula ziyiqembu elikhulu futhi elihlale lifuna ukunqoba,” kusho uVermezovic.

IPirates, emidlalweni yonke esayidlalile kule sizini, ikwazile ukushaya amagoli kanjalo neChiefs, awukho umdlalo ophele ingalifakanga igoli, kubike iKickOff.com.

IBucs isifake amagoli angu-18 kuyona yonke imidlalo yeligi neyeMTN8 kanti izimbangi zayo zona zisashaye angu-19 emidlalweni elinganayo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
51% - 285 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
49% - 275 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.3%
Rand - Pound
23.85
-0.6%
Rand - Euro
20.54
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
913.30
-1.9%
Palladium
998.00
-1.7%
Gold
2,307.56
-0.8%
Silver
26.97
-0.8%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,755
+0.4%
All Share
73,696
+0.2%
Resource 10
59,146
-2.9%
Industrial 25
102,617
+1.5%
Financial 15
15,810
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE