Share

U-VV uphawula ngolukaMatlaba

Johannesburg - Umqeqeshi we-Orlando Pirates uVladimir Vermezovic usekhulume wathi fahla ekutheni bangase baqondise uThabo Matlaba izigwegwe kulandela isigameko esenzeke ngesikhathi bedlala neMamelodi Sundowns.

Lo mdlali ukhishwe ngekhadi elibomvu umdlalo usuyophela, ezakhe zihamba phambili ngo 3-0 ngesikhathi ehlaba umdlali odabuka eZimbabwe, uKuda Mahachi.

Ngemuva komdlalo , u'VV' uthe ithimba labaqeqeshi lizobuyekeza isenzo sikaMatlaba bese lithatha isinqumo ngokumele kwenziwe, kubika iKickOff.com.

“Bekungumdlalo omnandi sinamathuba amaningi," esho.

“Ngicasukile ngale nto eyenzekile. Bekungamele kube khona umdlali ozihlinzela ezibini ngokuthi athole ikhadi elibomvu umdlalo usuyophela.

"Kuzomele sibhunge ngale ndaba bese siyabona ukuthi sithatha ziphi izinyathelo."

AmaBhakabhaka athole amaphuzu amathathu ngamagoli amahle kaKermit Erasmus noLehlohonolo Majoro.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 433 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 439 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
+0.4%
Rand - Pound
23.78
-0.3%
Rand - Euro
20.45
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.60
-1.1%
Palladium
1,028.50
+1.3%
Gold
2,321.97
-0.2%
Silver
27.26
+0.3%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE