Share

UBarker uthi balwela ukugudluza iChiefs esicongweni

Johannesburg - Umqeqeshi weMpumalanga Black Aces uClive Barker unesiqiniseko sokuthi iqembu lakhe lingakwazi ukuphonsela iKaizer Chiefs inselelo njengoba iqhakele phezulu.

I-Aces iqede endaweni yesikhombisa ngesizini edlule, kodwa uBarker ukholelwa ukuthi iqembu lakhe lizoba ngelinye lamaqembu azobe ebanga ukuthatha indawo yokuqala,kubika iKickOff.com.

“Ngasho kwasekuqaleni ukuthi ngicabanga ukuthi sizolwela ukuthatha isicoco,” kusho uBarker.

Funda nalolu daba: UMadida ozobamba izintambo - Prins

Lo mqeqeshi – iqembu lakhe elizodlala ne-Orlando Pirates namhlanje ebusuku (Lwesibili) eMbombela Stadium – ugculisekile ngendlela iqembu lakhe eliqhuba ngayo okwamanje njengoba linamaphuzu angu-12 emidlalweni engu-8.

I-Aces yengenza ngabadlali abanohlonze eqenjini layo ngaphambi kokuqala kwesizini, yathola abadlali abanjengoTinashe Nengomasha, Collins Mbesuma, S’boniso Gumede, Thanduyise Khuboni, Edwin Gyimah noMzivukile Tom.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 




We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 476 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1046 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE