Johannesburg - Indodana yomqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter, uSean Baxter, oneminyaka engu-19 ubudala uzilolonge neqembu elikhulu ngeledlule ngenhloso yokwandisa isibalo sabadlali ngesikhathi uJames Keene ezozama inhlanhla kuleli qembu.
UBaxter omncane, kanye nomdlali waseSweden, uMax Rosen, babukeka bethembisa kakhulu kanti bebelokhu bezilolonga neqembu elincane leChiefs.
Funda nalolu daba: Kubhekwe uRosslee kwesokuqeqesha iZinyoni.