Johannesburg – Umdlali weBafana Bafana ozinze phesheya kwezilwandle uDean Furman udalule ukuthi ujabulile ngokubuya kuka-Itumeleng Khune eqenjini lwesizwe ngoba ungumdlali “obalulekile” eqenjini lesizwe.
UKhune ukhuze ibuya kuleli qembu ngoLwesithathu ngesikhathi libhekene neSwaziland kowobungani ngemuva kohlala isikhathi eside engadlali ngenxa yokulimala.
Kulo mdlalo iBafana inqobe ngamagoli amathathu kwelilodwa.