Share

UMadida ozobamba izintambo okwesikhashana - Prins

Johannesburg – Isikhulu seMoroka Swallows uLeon Prins usememezele ngokusemthethweni ukuthi nguFani Madida ozobamba izintambo kuleli qembu kuze kuba kuqashwa umqeqeshi ngokugcwele.

Leli qembu libhekane nobunzima ngemuva kokwesula komqeqeshi uZeca Marques ngoMsombuluko ngokusho kwe-KickOff

Kubikwa ukuthi uMarques ukhale ngokungagculiseki ngemuva kwemiphumela engemuhle leli qembu ebiyithola emidlalweni ye-PSL.

IZinyoni zizobhekana neKaizer Chiefs eqhwakele esicongweni zixhuga ngemuva kokulahlekelwa umqeqeshi.

OLUNYE UDABA: Umataniswa nesokukuqeqesha iZinyoni u-Ertugral

UPrins usekhombise ukumethemba uMadida kulesi sikhundla.

“Ungumqeqeshi osezingeni. Usebe kulo mdlalo isikhathi eside futhi ngiyathemba ukuthi uzokwenza umsebenzi omuhle,” esho. 

“Okwamanje ungumqeqeshi obambe okwesikhashana futhi nguyena ozobe ephethe izintambo emdlalweni weqembu naMakhosi ngoLwesithathu,” enanela.

Maningi amagama abaqeqeshi asebevelile okubikwa ukuthi bangase bathathe izintambo phakathi kwabo kubalwa uMushin Ertugral nabanye.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 400 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 828 votes
Vote
Rand - Dollar
19.12
+0.2%
Rand - Pound
23.70
+0.5%
Rand - Euro
20.36
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.27
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
944.30
-0.6%
Palladium
1,026.00
-0.3%
Gold
2,395.13
+0.7%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE