Share

UMahamutsa uthembisa abalandeli

Johannesburg - Umdlali wasemuva eqenjini i-Orlando Pirates, uRooi Mahamutsa, wethembise ukuthi iqembu lizoqhubeka nokubhukula lilwela ukungena emaqenjini angu-8 aphezulu, esho ngemuva kokushaywa yiBloemfontein Celtic ngo-1-0.

Lokhu kuvele embikweni wezindaba zeKickOff.

IBhakabhaka, ehlulwe ngegoli likaHellings Mhango elingene ngomzuzu ka-27 eFree State Stadium, lilele endaweni yesihlanu kuPremiership kanti lisalelwe yimidlalo emine ngaphambi kokuba kuphothule isizini.

Iqembu likaVladimir Vermezovic lizodlala nePlatinum Stars ngoMgqibelo, esikhathini esiyisonto ngaphambi kokuba iphinde itholane phezulu neMaritzburg United koweNedbank Cup owandulela owamanqamu.

"Sihlulwe yiCeltic kodwa manje kuzomele siqhubeke nokulwa okungenani ukuze siqede siku-top 8," kusho uMahamutsa ku-website yeqembu.

UMahamutsa ngeke adlale emdlalweni olandelayo sebebhekene neDikwena e-Orlando Stadium, ngenxa yamakhadi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 308 votes
No! It's time to move on ...
36% - 173 votes
Vote
Rand - Dollar
19.05
+0.9%
Rand - Pound
23.76
+0.8%
Rand - Euro
20.36
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.1%
Platinum
910.30
-0.2%
Palladium
987.00
-1.8%
Gold
2,332.93
+0.7%
Silver
27.53
+1.4%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,252
-0.5%
All Share
74,187
-0.4%
Resource 10
61,527
+1.8%
Industrial 25
102,472
-1.5%
Financial 15
15,807
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE