Share

UMashaba kulindeleke amemezele isikwati

Johannesburg - Kulindeleke ukuba ngoLwesine umqeqeshi weBafana Bafana u-Ephraim ‘Shakes’ Mashaba amemezele isikwati sesikhashana sabadlali abangase badlale kowe-Africa Cup of Nations, e-Equatorial Guinea ngonyaka ozayo.

Okhulumela iSouth African Football Association uDominic Chimhavi utshele iKickOff.com ukuthi uMashaba uzomemezela isikwati sakhe sabadlali abazoya ekhempini yaleli qembu bese kuthi ekupheleni kwenyanga amemezele azohamba nabo ukuya kweye-Afcon.

“Umqeqeshi uzomemezela isikwati sakhe sabazoya ekhempini yeqembu bese kuthi ngoDisemba 30 amemezele amagama alabo azobe esebakhethile ukuthi uzohamba nabo,” kusho uChimhavi.

Funda nalolu daba: Ukhonjwa kwelaseBelgium ogijima kuMaZulu.

Isikwati sesikhashana sizobe sinabadlali abangu-30 abazoba yingxenye yekhempu yeqembu ngoDisemba 26, bese kuthi ngemuva kwezinsuku ezine aqoke kusona abadlali abangu-24 azohamba nabo.

IBafana izobe isidlala owobungani neZambia ngoJanuwari 4 e-Orlando Stadium ngaphambi kokuba ilibhekise eGabon nokuyilapho kulindeleke ukuba idlale khona owobungani naleli lizwe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 666 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 701 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.2%
Rand - Pound
23.74
+0.2%
Rand - Euro
20.41
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.43
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
921.00
+0.1%
Palladium
1,028.00
+0.2%
Gold
2,324.76
+0.1%
Silver
27.31
+0.0%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
0.0%
All Share
74,011
0.0%
Resource 10
59,613
0.0%
Industrial 25
102,806
0.0%
Financial 15
15,897
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE