Share

UMashaba uchaza ngokusala kuka-Erasmus kuBafana

Johannesburg - Umqeqeshi omusha weBafana Bafana, uShakes Mashaba, uchaza ngokushiya kwakhe uKermit Erasmus ngaphandle eqenjini lesizwe elizobhekana neSudan kanye neNigeria kweyokuhlungela eye-Afcon.

UMashaba uthe kube yishwa ukuthi lo mgadli we-Orlando Pirates abebukhali ekushayeni amagoli seliqokiwe iqembu lesizwe.

“Esikusebenzisa kakhulu uma siqoka abadlali ukuthi sibheke indlela adlala ngayo ngaleso sikhathi lowo mdlali, kodwa ke okubi ukuthi sesisiqokile vele isikwati manje,” kusho uMashaba.

U-Erasmus useshaye amagoli amane emidlalweni emine yakamuva kuPirates, kanti ubonakala esazoqhubeka nokulimaza amanye amaqembu ku-Absa Premiership nakuMTN8.

“Uma u-Erasmus eqhubeka nokudlala kanje, nakanjani uzozibeka ethubeni lokuba aqokelwe kuBafana,” kuqhuba uMashaba.

"Okunye esikubheka kakhulu ukuzimisela ukulwela izwe. Abadlali kumele bazi ukuthi kungani bebizelwa kwelesizwe nokuthi kungani begqoka ijeli lesizwe.,” kuphetha uMashaba.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 552 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 795 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE