Share

UMashaba uthi bayibheke ngabomvu iCosta Rica

Johannesburg - Umqeqeshi weBafana Bafana u-Ephraim Mashaba nonozinti u-Itumeleng Khune sebezwakalise ukuthi bayibheke ngabomvu imidlalo yesihle abazoyidlala neCosta Rica neHonduras.

IBafana izozwana amandla neCosta Rica e-Estadio Nacional de Costa Rica ngomhlaka-9 Okthoba.

Izobe isidlala neHonduras ngomhlaka-14, kubika iKickOff.com.

Yomibili le midlalo izokhonjiswa ku-SABC, ngokusho kwe-SAFA.

"Siwulangazelele lo mdlalo kanti sesizwile ngandlebenye ukuthi iCosta Rica ibophele iziqongqwane zayo esikwatini esizobhekana naso.

OLUNYE UDABA: Inkakha yeBafana igxeke uShakes Mashaba

“Ngijabule kakhulu ngoba abafana bami bazimisele ukubhekana nalezi zinkunzi,” kusho uMashaba ngesikhathi iqembu litheleka eSan Joe, eCosta Rica.

“Wonke umuntu uthokozile ukuba lapha kanti imidlalo esiyidlala namazwe afana noCosta Rica asho lukhulu kubadlali.

“Sizimisele ngokuzibonakalisa kuleli qembu elinohlonze kangaka,” kunanela uKhune.

Abadlali abathathu be-Orlando Pirates oThabo Matlaba, Mpho Makola noThamsanqa Gabuza bangase baphuthwe umdlalo wokuqala ngoba bazohlangana neqembu ngoLwesine.

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 509 votes
No! It's time to move on ...
34% - 267 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.80
+0.0%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
930.10
+0.5%
Palladium
993.00
+0.3%
Gold
2,334.24
+0.1%
Silver
27.47
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE