Share

UMasilela uthi akumhluphi ukungabizelwa kuBafana

Johannesburg - Umdlali weKaizer Chiefs uTsepo Masilela uthi uyakuthokozela ukudlalela iqembu lakhe kangangoba akayinakile kangako eyokushiywa ngaphandle esikwatini seBafana Bafana.

Lo mdlali, osanda kunqoba indebe ye-MTN8 neChiefs esizinini yesithathu ayihleli naMakhosi, udlala ibhola eliyingcwenga ngaphansi kwesandla sikaStuart Baxter.

“Ngisathokozela ukudlalela iChiefs futhi ngizimisele ngokuphakamisa ezinye izindebe nginaleli qembu.

OLUNYE UDABA: Angase abuyele ekhaya uMasilela

"Akungikhathazi nakancane ukungaqokelwa esikwatini seBafana ngenxa yokuthi uShakes Mashaba uyazazi izinhlelo anazo ngeqembu lesizwe,” kusho lo mdlali etshela iKickOff.com.

“Ngiyazi ukuthi ukholelwa kakhulu ebadlalini abasebancane ngoba elungiselela ikusasa leqembu. Mina nabadlali abafana noReneilwe Letsholonyane ngicabanga ukuthi siyidlalile indima yethu kuBafana.”

Ebuzwa ukuthi usazoyidlalela yini iBafana uphendule wathi: “Kungenzeka. Uma ngisefomini enhle ngingathanda ukumela izwe.”


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2603 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 7006 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.2%
Rand - Pound
23.75
-0.2%
Rand - Euro
20.49
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
918.70
-1.3%
Palladium
1,003.50
-1.2%
Gold
2,302.10
-1.1%
Silver
26.84
-1.3%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,941
+0.7%
All Share
73,962
+0.6%
Resource 10
60,176
-1.3%
Industrial 25
102,430
+1.4%
Financial 15
15,776
+1.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE