Share

UMathoho ubonge umusa kaMashamaite

Johannesburg - Umdlali wasemuva weKaizer Chiefs, uMulomowandau Mathoho, usebonge uTefu Mashamaite ngomusa abenawo emcimbini weqembu wokuklonyeliswa kwabadlali.

UMashamaite umangaze abaningi ngesikhathi umklomelo wakhe weChiefs’ Player of the Season - ohambisana nemali engu-R100 000 –  ewupha uMathoho.

UMathoho, ukubikwa ukuthi ufunwa amaqembu aphesheya kwezilwandle, e-Europe, ubengekho yena kulo mcimbi njengoba ebesanda kuhlinzwa, ngokusho kwe-webiste yeqembu.

Funda nalolu daba: UMashamaite uphe uMathoho umklomelo wakhe

IChiefs ithi lo mdlali wasemuva udlulise ukubonga kwakhe ngoLwesine ekuseni, kubika iKickOff.com.

“Ekuseni ngoLwesine, uMathoho ufonele uMashamaite embonga ngomusa abenawo.”

"Siphuma endaweni eyodwa,” kusho uMashamaite, njengoba bobabili bedabuka eLimpopo.

“Siyezwana kakhulu, hhayi nje kuphela enkundleni, kodwa nakwezinye izindawo. UTower ungumuntu othobekile. Ngibone kunesidingo sokuba ngabelane naye lo mklomelo, njengoba senze okuningi ndawonye kule sizini."

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 366 votes
No! It's time to move on ...
36% - 206 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.8%
Rand - Pound
23.82
+0.5%
Rand - Euro
20.41
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+0.9%
Platinum
911.60
-0.1%
Palladium
987.50
-1.7%
Gold
2,318.40
+0.1%
Silver
27.17
+0.1%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,137
-0.6%
All Share
74,067
-0.6%
Resource 10
61,179
+1.2%
Industrial 25
102,305
-1.6%
Financial 15
15,839
+0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE