Share

UMngonyama ujabulile ngokukhethwa kweleSizwe

Johannesburg - Umdlali wasemuva weqembu leMaritzburg United uKwanda Mngonyama utshengise ukujabula ngesikwata seqembu lesizwe iBafana Bafana esikhethwe umqeqeshi uShakes Mashaba.

EzikaMashaba zizodlala neCongo kweyokuhlungela imidlalo ye-Afcon ezayo.

UMashaba uqhubekile nokukhetha isikwata sabafana abasebancane abafana naye uMngonyama, osanda kwenza iminyaka engu-21 ubudala kule mpelasonto.

Kungokokuqala ukuthi akhethelwe ukudlalela iBafana.

OLUNYE UDABA: Aseyatholakala amathikithi owomkhaya baseSoweto

"Kuyintokozo futhi ngiyabonga kakhulu ukuba ngikhethwe esikwatini eseqembu lesizwe," kusho uMngonyama ochithe isikhathi esiningi neqembu iBidvest Wits ngesikweletu esuka eqenjini iMamelodi Sundowns, kubika iKickoff.com.

"Kuyobe kufezeke iphupho lami uma ngingase ngithole ithuba lokudlala. Akukho esikufunayo ngaphandle kokunqoba futhi sizobe singayilie eCongo ukuyoncebeleka sizobe siyodlala."




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                       

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 935 votes
No! It's time to move on ...
33% - 452 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.11
+1.4%
Rand - Aus dollar
12.28
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
922.60
-0.3%
Palladium
959.50
-3.1%
Gold
2,336.57
+0.2%
Silver
27.26
-0.6%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE