Share

UNkhatha ubonge ozakwabo ethola umklomelo

Johannesburg – Umgadli weKaizer Chiefs uKingston Nkhatha ubonge ozakwabo ngemuva kokuhlabana nomklomelo wokuba ngumdlali ovelele emdlalweni weligi weqembu lakhe neFree State Stars.

Kulo mdlalo obusePeter Mokaba ngoLwesibili Amakhosi anqobe ngamagoli amabili kwelilodwa ngemuva kokuba uNkhatha eqobele elokuqala kwabe sekulandela elikaSiyabonga Nkosi kanti ele-Ea Lla Koto laqhamuka lafakwa ngu-Eric Mathoho ogwaze ekhaya.

Ngokubika kweKickOff kuzokhumbuleka ukuthi uNkhatha akabanga nomdlalo omuhle ngesikhathi ezakhe zibhekene neChippa United ngoMgqibelo njengoba abalandeli babemhebeza ngemuva kokushweba amathuba.

Nakuba kunjalo umqeqeshi waleli qembu uStuart Baxter wakhombisa ukumeseka lo mdlali wagxeka abalandeli ngesenzo sabo. 

OLUNYE UDABA: Angishwebi ngamabomu - Nkhatha

Kulo mdlalo uNkhatha ukhombise ukuba yintandokazi njengoba alandeli abebehambele lo mdlalo bekhombise ukumeseka futhi wadlala nebhola elinenkosi phakathi nokumenze wahlabana nomklomelo wokuba ngumdlali ovelele nakuba engawuqedanga umdlalo.

Ezibongela uthe: “Besidlala njengeqembu, sihlezi sikhuthazana ukuthi siqhubekele phambili noma ngabe abantu bathini.

Lo mklomelo ngowethu sonke,” esho ngmuva kwalo mdlalo.

“Akukho ngami kuphela kodwa konke sikwenza njengeqembu sihlangeni nasejimini senza okufanayo siyasizana,” esho.   

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1117 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1194 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
+0.2%
Rand - Pound
23.95
+0.0%
Rand - Euro
20.55
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.49
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
915.80
+0.4%
Palladium
1,008.50
+0.4%
Gold
2,319.94
+0.2%
Silver
27.21
+0.2%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE