Share

UPitso akakufihli namanje ukuthi ufuna owadedelwa yiChiefs

Cape Town – Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane akaze ukufihle ukuthi ufuna owayengumdlali weKaizer Chiefs, uTefu Mashamaite, eze eChloorkop. 

UMosimane utshele iSport24 ukuthi uyazi ukuthi uMashamaite uyisiqongqwane sasemuva ezingakwazi ukuvala isikhala sika-Alje Schut kodwa akazi noma bangamthola yini.

"Uyatholakala uTefu?” kubuza uMosimane.

"UJazzman akaze asitshele ukuthi akanalo iqembu. Uma engasitshela ukuthi akanalo iqembu singayicabanga indaba yakhe.”

Funda nalolu daba: IChiefs ngeke ikuphinde okwangedlule - Umqeqeshi

"Akungatshazwa ukuthi ungumdlali wasemuva osezingeni, uzolisiza kakhulu iqembu kodwa akukho okutheni esingakusho okwamanje ngoba asazi ukuthi uyatholakala yini noma cha.”

"Uma etholakala futhi sazisiwe ngalokho, sizomshela.”

UTefu Mashamaite namanje akanalo iqembu kulandela ukuphelelwa yinkontileka kuKaizer Chiefs ngoJulayi 1.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Are you among the many South Africans who've added more tinned fish to their grocery baskets?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, pilchards is the new chicken
41% - 409 votes
No, I can't stand canned foods
59% - 596 votes
Vote
Rand - Dollar
18.66
-0.8%
Rand - Pound
23.28
-0.5%
Rand - Euro
20.05
-0.7%
Rand - Aus dollar
12.24
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
965.80
-1.4%
Palladium
953.25
-2.1%
Gold
2,315.26
+0.1%
Silver
27.31
+0.2%
Brent Crude
83.16
-0.2%
Top 40
70,648
-0.2%
All Share
76,850
-0.1%
Resource 10
60,430
-1.0%
Industrial 25
107,335
+0.2%
Financial 15
16,716
+0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE