Share

URhoo ubonge ukuba sohlwini lwabadlali abangu-100

Johannesburg – Inkakha yebhola likanobhutshuzwayo yakuleli uLucas Radebe uveze ukuthi ujabule kakhulu ngoqokwa ukuba sohlwini lwabadlali abangu-100 abahamba phambili asebake badlala kwiPremiership yaseNgilandi.

URadebe owayedume ngelikaRhoo ngesikhathi esalihlikihla uphinde wabonga neNingizimu Afrika ngokumeseka ngesikhathi esadlala lo mdlalo onedumela emhlabeni jikelele.

URhoo owayengukaputeni waBafana Bafana wadlala imidlalo engaphezulu kuka-200 kwiLeeds United.

Ngokubika kwe-SocerLaduma le nkakha esineminyaka engu-45 ubudala yaphinde yaba ngukaputeni wayo iLeeds kanti ngaphambi kokuya phesheya wayegijima kwiKaizer Chiefs kusukela ngo-1989 kuya ku-1994.

OLUNYE UDABA:Ngifuna ukuba nguMengameli weSafa - Rhoo

Wachitha iminyaka engaphezulu kweyishumi eNgilandi nokuyilapho azakhela khona igama ngokuba yisiqongwane sasemuva.  

“Ukuvotelwa ukuthi ngibe sohlwini lwabadlali abangu-100 kwi-premiership kuyinto enkulu kakhulu kimina.

Okwakuhamba phambili kumina kwakuwukumela izwe lami nokuphakamisa igama laseNingizimu Afrika.

Ngangihlezi ngizimisele ukwenza kangcono ngasosonke isikhathi,” kusho lo mdlali enanela ngokuthi wayenza into ayithandayo ngaphandle kokucabanga imali. 

Uthe ukwesekwa ngabantu abahlukene yikona okwakumgqugquzela ukuthi aqhubeke phambili.


     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 536 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 761 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.2%
Rand - Pound
23.82
+0.3%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE