Share

USuarez yayingamfanele i-Arsenal - Gerrard

London - Ukapteni weLiverpool, uSteven Gerrard, usedalule ukuthi wancenga uLuis Suarez ukuba abangayi ku-Arsenal ngonyaka odlule, kubike iSoccerladuma ngoLwesine.

Ngonyaka odlule kwakunemibiko eyayithi uSuarez angase ayodlalela i-Arsenal ukuze afezekise iphupho lakhe lokudlala ku-UEFA Champions League, kodwa wakhetha ukungahambi, wasiza amaReds ukuba akwazi ukuthola indawo kulo mqhudelwano.

"Unkosikazi kaSuarez ungowaseBarcelona futhi angiboni ukuthi ungamgxeka umdlali onjengoSuarez ukuba afezekise iphupho lakhe, usesebenze kanzima ukufika lapha,” kusho uGerrard etshela iDaily Telegraph.

"Ngeke umgxeke ngokuya kuBarcelona FC. Kusukela ngelanga lokuqala efika lana wathi iphupho lakhe ukudlalela iReal Madrid noma iBarcelona.

“Ngesizini edlule ngesikhathi ezilolonga yedwa, ngamtshela ukuthi angayi  ku-Arsenal.

"Ngamtshela ukuthi usezingeni eliphezulu kakhulu ukuba angadlala ku-Arsenal.” 




– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 399 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 563 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE