Share

UTinkler ujabule ngoMajoro no-Erasmus

Johannesburg – Umqeqeshi we-Orlando Pirates u-Eric Tinkler uthe ujabule ngokudlala ndawonye kwabagadli bakhe uLehlohonolo Majoro noKermit Erasmus ngesikhathi ezakhe zihlula iBloemfontein Celtic e-Orlando Stadium.

Kulo mdlalo obungoMgqibelo AmaBhakabhaka anqobe ngamagoli amabili kwelilodwa. Kulo mdlalo bobabili laba bagadli babhakuzise inethi nokwenze iBucs yaphetha lo nyaka ishaya phezulu.

“Ngibone sengathi uKermit noMajoro basebenze kanzima kakhulu kulo mdlalo futhi kube mnandi ukubabona beshaya amagoli,” kusho uTinkler ngemuva kwalo mdlalo ngokubika kweKickOff.

OLUNYE UDABA: UTinkler unxusa abalandeli babekezele

“Bahlangane kahle kulo mdlalo besizana ngezindlela ezahlukene phambili nokuyinto engijabulise kakhulu,” esho. 

Kuzokhumbuleka ukuthi bese kunesikhathi ongoti nabalandeli bebhola benxusa ukuthi laba bagadli badlaliswe ndawonye kodwa kungenzeki ngoba kuthi badlala isitayela esifanayo.

Emidlalweni emibili laba badlali beqaliswe ndawonye iBucs ibuye namaphuzu.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 887 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE