Johannesburg - Umqeqeshi weNingizimu Afrika uShakes Mashaba usekuqinisekisile ukuthi umdlali wasemuva uThulani Hlatshwayo ubengasaboni kahle, ubesebona lufifi, yingakho kudingeke aphume ngesikhathi bedlala neSenegal.
Funda nalolu daba: Sisenalo ithemba ngeBafana - 'Mlungu'.
'UTyson' ubedlala kahle kwaze kwaba kudingeka akhishwe kungene u-Ayanda Gcaba endaweni yakhe ngomzuzu ka-29, nokuvuse ukungabaza mayelana nokuthi uzokwazi yini ukudlala emdlaweni wokugcina neGhana kuGroup C, kubika iKickOff.com.
"Ubebona lufifi, engaboni kahle, kodwa odokotela bayamelapha, ngakho bazosinikeza umbiko ogcwele,” kusho uMashaba.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.