Share

Ufuna ukuqeda ngegiya eliphezulu oweChiefs

Johannesburg – Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter uthe ufuna iqembu liqede lo nyaka ngegiya eliphezulu uma selibhekene neMpumalanga Black Aces e-FNB  Stadium.

Amakhosi awakaze ahlulwe kule sizini ngemuva kwemidlalo engu-17 kanti aqhoqhobele esicongweni ngamaphuzu angu-13 kwilog.

 “Uma sidlala sidlalela amaphuzu amathathu ngoba wonke amaphuzu ayabala. Asizimisele ngokulahlekelwa amaphuzu kunoma yimuphi umdlalo esiwudlalayo,” kusho lo mqeqeshi ngokubika kweKickOff.

OLUNYE UDABA: UBaxter uncoma uNkhatha nabalandeli beChiefs

“Sesidlale kahle imidlalo engu-17 ngakho asifuni ukuphazamiseka ngomzuzu obalulekile futhi ikakhulukazi njengoba kuza uKhisimusi,” esho.

Kule sizini Amakhosi iwona asashaye amagoli amaningi kanti futhi asadedele amancane enethini layo ngamagoli angu-8.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
39% - 196 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
61% - 301 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.7%
Rand - Pound
24.02
-0.5%
Rand - Euro
20.53
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.7%
Platinum
900.15
+0.4%
Palladium
1,000.00
-0.2%
Gold
2,212.54
+0.8%
Silver
24.59
-0.2%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,094
+0.6%
All Share
74,290
+0.5%
Resource 10
56,964
+2.3%
Industrial 25
103,585
+0.3%
Financial 15
16,463
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE