Share

Ufunwa phansi phezulu uTshikovhi

Johannesburg - Kubikwa ukuthi sengathi kuzoba umzukuzuku ukuba iqembu lePlatinum Stars lizokwazi ukugcina umdlali wasemuva uRofhiwa Tshikovhi njengoba eshelwa amanye amaqembu, kubika iKickOff.com.

Ngokusho komthombo alinganiselwa kwamane amakilabhu amfuna phansi phezulu lo mdlali odabuka eTshiondo.

OLUNYE UDABA: UFerguson uncenge uRonaldo ngokubuyela kwi-United

"Amaqembu amfuna kakhulu lo mdlali. Ngingawasho nje amakilabhu amfunayo lo mdlali; iKaizer Chiefs, i-Orlando Pirates, iMoroka Swallows neSuperSport United asefake icelo sokumsayinisa.

"Inkontileka yakhe iyaphela ngoJuni 2015 kodwa ngiyangabaza ukuba uzohlala," kudalula lo mthombo.

UTshikovhi usanda kuhlanganisa iminyaka engu-26 ubudala emasontweni amathathu adlule.

Wayebolekiswe eqenjini lePolokwane City kanti usedlale eqenjini leDikwena imidlalo emithathu kulesizini selokhu ebuyile.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                       

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 479 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1049 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE