Share

Ugcine evumile ukuyodlala kuChippa uManqele

Johannesburg - Umgadli weMamelodi Sundowns, u-Edward Manqele, usejoyine iChippa United ngemuva kokubolikiswa kuleli qembu isizini yonke.

Phambilini iSiya crew ibike ukuthi lo mdlali usethathe isinqumo sokungayimangaleli iSundowns kwi-PSL DRC njengokuba imenenja yakhe ibihlelile.  

ISundowns ngoJulayi yamemezela ukuthi uManqele uzobolekiswa kwiChippa kanye noThamsanqa Sangweni.

Kodwa ngokuhamba kwesikhathi imenenja kaManqele, uJosiah Mphono, yadalula ukuthi lo mdlali akasayi kuChippa, kulandela ukuba kungavunyelwananga ngemigomo yokubolekiswa kwakhe.

“Besikhathazekile ngemibandela yesivumelwane kodwa manje sesifinyelele esivumelwaneni kanti futhi leyo mibandela nemigomo ebingasigculisi isisusiwe, zombili izinhlangothi zijabule, usho kanje.

Uqhube wathi uma umdlali esesimeni esifanele ukudlala futhi nomqeqeshi ezimisele ngokumdlalisa uma iChippa isibhekene neSundowns, lo mdlali uzokwazi ukudlala ngoba ayikho imigomo emvimbayo. 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2601 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 6962 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.0%
Rand - Pound
23.71
-0.0%
Rand - Euro
20.44
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
919.30
-1.3%
Palladium
999.00
-1.6%
Gold
2,302.10
-1.1%
Silver
26.83
-1.3%
Brent-ruolie
87.00
-0.3%
Top 40
67,497
0.0%
All Share
73,551
0.0%
Resource 10
60,937
0.0%
Industrial 25
101,060
0.0%
Financial 15
15,616
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE