Share

Uhlalele ethembeni ngesimo sabo oweSwallows

Johannesburg – Uhlalele ethembeni ukuthi asazoguquka amatafula ukaputeni weMoroka Swallows uLefa Tsutsulupa njengoba iqembu lakhe lingenzi kahle kulezi zinsuku kwi-Absa Premiership.

IZinyoni zilele unombolo 13 kwilog kanti uTsutsulupa useveze ukuthi kusenesikhathi sokuthi basengawaguqula amatafula.

Leli qembu kulindeleke ukuthi libhekane nePretoria United ngoMgqibelo kanti liya kulo mdlalo ngemuva kwesibhaxu elasithola ngekwiSuperSport United.

OLUNYE UDABA: UMadida ozobamba izintambo okwesikhashana - Prins

“Isimo esibhekene naso asisihle neze kodwa akukavalawa amehlo sisengakwazi ukuqoqa amaphuzu sibuyele esimeni esithembisayo ngaphambi kokuthi kushaye ikhefu likaKhisimusi,” kusho uTsutsulupa etshela i-Soccer Laduma.

“Uma ubheka ukuthi ukuthi iqembu elingunombolo 2 lisishiya ngamagoli ayisikhombisa nje kuphela,” esho. 

“Kuzomele sibuye ngamandla ngemuva kwekhefu likaKhisimusi uma sifuna ukuzibona siqeda le sizini ngegiya eliphezulu,” kusho lo mdlali.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 476 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1045 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE