London - Umqeqeshi weChelsea, uJose Mourinho, uthi unompempe wenze iphutha elikhulu ngokungaliniki iqembu lakhe i-penalty ngesikhathi leli qembu lehlulwa yiCrystal Palace.
AmaBlues ashaywe okwesibili emidlalweni yeligi.
Funda nalolu daba: Kuzomele senyuse amasokisi - Ukapteni
Bekungokokuqala eminyakeni engu-33 leli qembu lishaywa iPalace eStamford bridge,
"Iqembu lami, angicabangi ukuthi besifanelwe ukunqoba, ngoba akunjalo,” kusho uMourinho kwiSkySports News.
"Unompempe wenze iphutha. Bekuyi-penalty ecacile.”
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.