Johannesburg – Ibhantshi ligcwale umoya kulowo owayengumqeqeshi we-Orlando Pirates uRuud Krol obesezinze Libya lapho ebeqeqesha khona iqembu i-Ahli Tripoli.
Ngokubika kweKickOff lo mqeqeshi odabuka eDutch ukhonjwe afika ngayo kuleli qembu ngemuva kokukhishwa kwiCAF Champions League.
Kubikwa ukuthi iqembu likaKrol likhushwe kulo mqhudelwano yiSmouha laseGibhithe.