Share

Ulifulathele elaseNingizimu Afrika umqeqeshi wodumo

Johannesburg - Lowo owayengumqeqeshi weKaizer Chiefs, uStuart Baxter, uselifulathele elaseNingizimu Afrika, nokuyinto eqeda amahlebezi okuthi ubekuleli ezothatha umsebenzi omusha.

UBaxter watshela iSoccerLaduma ukuthi kade ahlela ukubuyela kuleli ezolungisa izinto ezithile aphinde abone nabangani bakhe.  

Nakuba asho kanjalo, ngesikhathi efika kuleli kwasabalala amahlebezi okuthi uzothatha esokukuqeqesha kwelinye lamaqembu akuPSL, nokuyinto ayichitha ngokushesha.

Funda nalolu daba: Ngalimosha ithuba lami kwiChiefs - OweBucs

Lo mqeqehsi wayemataniswa nomsebenzi wokuqeqesha iSuperSport United njengoba izinto zingamhambeli kahle kuleli qembu uGordon Igesund.

Manje njengoba uBaxter esebuyele e-Europe, amahlebezi okubuyela kuleli asezothi ukushabalala kancane.

Kodwa noma kunjalo, uma engakabinalo iqembu igama lakhe liyohlale livela, kubika iSoccerLaduma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 466 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 1012 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE